📘 قراءة كتاب Translation of the Meanings of the Quran in Zulu أونلاين
هذا القسم يشمل العديد من الكتب الإسلامية المترجمة بجميع اللغات العالمية منها :
***Islamic Books***: الأقسام الفرعية
English - إنجليزي
Français - فرنسي
Español - أسباني
Indonesian - إندونيسي
Türkçe - تركي
فارسی - فارسي
اردو - أردو
Deutsch - ألماني
Italiano - إيطالي
বাংলা - بنغالي
Русский - روسي
हिन्दी - هندي
മലയാളം - مليالم
ไทย - تايلندي
Filipino - فلبيني
Shqip - ألباني
አማርኛ - أمهري
Bosanski - بوسني
Polski - بولندي
中文 - صيني
Português - برتغالي
한국어 - كوري
日本語 - ياباني
Zulu - الزولوية
iqokelelwe ibe yincwadi njengoba itholakala namhlanje nan- jengoba yayaziwa ngalezozinsuku. Ngesikhathi sekubusa uKhalif Usman owaba ngumbusi wesine ngemuva komPro- fethi, kwenziwa amaKur'an amane afana neKur'an yokuqala, leyo naleyo yathunyelwa emizini emikhulu yendawo; eMak- kah, Madina, Basra naseKufa, ukuze kuthi ngesikhathi esi- zayo izincwadi ezifana ncamashi nalezi zenziwe kusukela kulezi ezingumsuka.
IKur'an engumsuka eyayilotshwe yisandla sikaKhalif Usman, ayeyifunda ngesikhathi ebulawa ngamambuka isalondoloziwe namanje eGibithe.
UKUFIKA KUKA-MUHAMMAD NOKUKHANYA KWE-ISLAM
Echophelweni lokuqhamuka kwe-lslam.
Esikhathini sobumnyama emlandweni, lapho kwa- kungekho lutho ngaphandle kokubhubhisa, ububi nethunzi elimnyama selisibekele lokho okuhle ngisho nokukhanya okwakusezweni; lapho ukucindezelwa nokusetshenziswa kwabantu ababuthaka ngendlela yokubadicilela phansi, se- kubusa ilungelo lamandla; lapho amalungelo omunye umuntu engasaziwa, nalapho ukukholelwa ezintweni ezinge- kho namasiko ayinjabulo yenyama edlangile ezindaweni ezi- ningi: kwazalwa uMuhammad umProfethi we-Islam (ukuthula kube kuye) kungumsombuluko zingu 12 ku-Rab- al-Awwal (okungahambelana nomhlaka 20 August 570 A.D. ngemuva kukaKrestu), edolobheni laseMakkah ezweni eli- wugwadule eArabiya.
Kusukela ezikhathini eziphambili impela, abantu baseArabiya babehlukaniswe izigaba ezimbili, umphakathi oqoqelene ndawonye emadolobheni, kanye nomphakathi ohlezi ngokugqagqana emaphandleni (babizwa ngokuthi amaBadawin). Ababesemadolobheni amakhulu ikakhulu lawo angaseNingizimu yeArabiya, base bephakeme babaluleka kakhulu njengabantu abasebenzisa ulwandle behlanganisa elaseNdiya kanye neAfrica. Eceleni kwemigudu yohwebo
سنة النشر : 2005م / 1426هـ .
حجم الكتاب عند التحميل : 5.2MB .
نوع الكتاب : pdf.
عداد القراءة:
اذا اعجبك الكتاب فضلاً اضغط على أعجبني و يمكنك تحميله من هنا:
شكرًا لمساهمتكم
شكراً لمساهمتكم معنا في الإرتقاء بمستوى المكتبة ، يمكنكم االتبليغ عن اخطاء او سوء اختيار للكتب وتصنيفها ومحتواها ، أو كتاب يُمنع نشره ، او محمي بحقوق طبع ونشر ، فضلاً قم بالتبليغ عن الكتاب المُخالف:
قبل تحميل الكتاب ..
يجب ان يتوفر لديكم برنامج تشغيل وقراءة ملفات pdf
يمكن تحميلة من هنا 'http://get.adobe.com/reader/'